Zulu - BMF
Transcrição
YENZANI I BMF EMIPHAKATHINI YINI ONGAYENZA UMA USOLA UKUTHI UKHONA ONE DEMENTIA Uma usola ukuthi wena okanye isihlobo, umngani noma umuntu omaziyo unezimpawu ze dementia. Ungaxhumana nathi. Uma sisola izimpawu ze dementia, sizohlela sikuvakashele, sikuhlole sikudlulisele phambili uma kunesidingo. Sithinte noma sivakashele ehovisi. 5 Langa Place Lamontville, Durban (formerly 582) Amahovisi ethu aseduzane ne Muthande e Lamontville Sixilonga abantu Silekelela leyo mindeni enabantu abane dementia ukuze bakwazi ukubhekana nalesisifo. Siqwashisa futhi sazise nge dementia kanye nezifo eziphatheleni nengqondo Lokhu sikwenzela ukuthi silwisane nayo Silekelelana nezigungu ezimayelana nokulwisana nedementia 031 836 7290 071 451 7551 [email protected] www.bmf.community BESSIE MAKATINI FOUNDATION (BMF) NPO No 138-129NPO SISEBENZISANA NABANTU ABANE DEMENTIA KANYE NEZIFO ZENQONDO EMIPHAKATHINI YINI I D E M E N T I A ? ISIGUNGU ESILEKELELAYO UKUQWASHISA NGE DEMENTIA I dementia isifo esenziwa yizifo eziphathelene nengqondo. Lokhu okulandelayo izimpawu: Ukulahlekelwa yinqondo kanye nokukhohlwa okujulile Ukuphimiswa kwamagama kanye nokungakhulumi kahle Ukuguquka kokuziphatha kubantu Kuyinselelo ukunakekela lowo osuke ene dementia. Uke uzizwe unomzwangedwa, engekho ongakhuluma naye? Iza kwisigungu esilekelelayo Sisebenzisana nawo wonke umuntu, imiphakathi, izinhlaka ezahlukene, (amabandla, Sukuma Sakhe, izitokofela, amaphoyisa nokunye), ukuze siqwashise nge dementia emiphakathini. Umfufunyane Izimpawu zalesisifo ziyakhula ngemuva kwesikhathi Uma umuntu eba nalezimpawu ezingenhla, lokho akusho ukuthi njalo usene dementia, kodwa kubalulekile ukuthi lowo onalezimpawu acilongwe ebese eyiswa ko dokotela Kwa BMF sihlola noma ngabe ubani okusolakala ukuthi une Dementia,ebeze simthumelela emtholampilo noma ezibhedlela ukuze bakuqinisekise ngokuhlola. Sinikeza ithuba kulabo abanekekela abane dementia ukuze babonisane futhi baxoxisane ngokulandelayo: Ukuthola ulwazi oluthe xaxa, ungathintana nathi noma uze ehovisi. Ngemizwa Ngezizinkinga Ngemibono kanye I DEMENTIA AYINA MINCELE Nolwazi nabanye I dementia ingangena wonke umuntu, ikakhulukazi abadala, nabancane ngokweminyaka ingabangena nabo. Ithinta wonke umuntu, abesilisa nabesifazane, izinkolo nezinkolelo. Asisebenzisane sonke ukuze silwisana ne dementia nakho konke okuphathelene nayo Ungaxhumana nathi noma uze ehovisi 031 836 7290 071 451 7551
Documentos relacionados
Professional Fax
engavamile yokuhlolwa kwakho iyokwenziwa itholakale kudokotela wakho futhi le miphumela yokuhlolwa iyogcinwa futhi ezingosini zezokwaziswa zeLife Offices’ Association isesimweni sokulotshwa esiqond...
Leia maisx_grade 6 lesson 4.cdr
· Usetyenziso lokunikiweyo(resources), uchatshazelo mmandla ngumntu.
Leia maislink
kokuba uyiphuza ngoba ukhulelwe noma uncelisa ukuvikela ingane yakho) kanti futhi kumele ucabange ngokuthi ngabe uzimisele yini ukusebenzisa imithi kahle futhi ngendlela efanele. Uma ungazizwa ukul...
Leia maisUNG ITHAND A NEZICIZAMI!
EKHETHEKILE UKHANYI USILUMA INDLEBE NGOBUDLELWANO BAKHE NOTEBOGO LEROLE FUTHI UTHI ABALUTHINTI UCANSI
Leia maislink
ukuthambisa lapho usebenzisa ikhondomu ngoba lokhu kungabangela ukuthi ikhondomu lephuke. • Fakela ikhondomu elilodwa. Ungafakeli amakhondomu amabili abesilisa. Ungasebenzisi ikhondomu lowesilisa ...
Leia maisAD843-O21-5-002-jpeg - Historical Papers
igama lesonto lelo abakulo nakumlundisi lowo walo. U-Nkulunkulu abasenandaba naye Kangako. iioakufunayo ukuba balfndele abaiundisi noma sebephosisa kangaka nani. %iyadabuka ngoba abantu bakithi aba...
Leia maisCopyright, Voice Of God Recordings
Senzo sini_sini, li_lifanele lenzenjani ibandla na? 11 Manje siyaqonda ukuthi ibandla linesibopho ngokuqondene nalo, okwamalunga ethu lapha ebandla, sinesibopho esiqondene nathi naso ngokuphelele m...
Leia maisZUL57-0915E AmaHebheru, Isahluko sesiKhombisa #1 VGR
into yakho, omina, ezintweni zezwe futhi namakholwa elihlekisa ngawe, futhi uhambe wedwa noKristu!
Leia maisGod`s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane
God’s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane Introduction I NgokukaJohane 5:13 Nginilobele lokho, ukuze nazi ukuthi ninokuphila okuphakade nina enikholwa egameni leNdodana kaNkulunkulu.
Leia mais