AD843-O21-5-002-jpeg - Historical Papers
Transcrição
Musa ukungikhohlisa. Kungenza karyani tikuoa abelurgu okuyioona aoasifundisa ngo Jesu baze basityela ukuthi umtnetno waKne uthi "yenza I o k o komunye ofuna kwenziwe kuwe", ukuDa Kube yioo namhla aoasil'ujuaisa ukuthi konke loko kwaku amattga nje, bona Dasenako ukvvenza kw&banye loko abangeke bavume kwenziwe kuoo? Wezwa ngcbani ukuthi umlungu uyakholwa ukuthi umuntu omnyama ungu=muntu naye? Lendaba yona iliainiso ngempela futhi isiphumelele nase^Palamendeni, ngaloko isi^umthetho omile khathilesi. Konje ngaDe baqondeni abelungu iigaloko? Umoya wami nee ngizwa xije unginika ukuthi kukhulu aueiungu abakuqonae ngatni okungskuhle. Ake ulalels phela. Kuthe ukuba kubulawe inkatho yabantu base Koloni, kwase kufakwa esinye isingeniso somthetho okuthiwa sizothasiseIwa umhlaba kulemihlaba ekhona. Kuthiwa sizovu.lelwa amamokolc ayizigidi f\> # ezimkhothi nesigamu sesine. Kwangathi kur^cono. Pho uhlushwa yini uma kanti uHulumeni uzosivuiela umhlaba? Ungakhonxwa ukutni tnina bantu sil'una umhlaba ngapnezu icwezinto zoiuce. Uma uHulumeni ethi u^osinijcela. umhlaoa sizithciigele W 0ij.a, iigioona. songathi aicuicno lutho OKhod.a ng~jfo. Benghazi ukuthi uzokusho ryalo, ntanga. Akuwe wedwa oca’ oanga njalo. Mina ke ngithi; "^oyicela ivuthiwe". Abantu laba kayashesha uku~ khohlwa. Angithi ngo 1913 semukwa ilungelo lckuthenga umhlaba kuthiwa kuzodatyulwa izindawo esoba nako ukuthenga nokuqasha k u z o . K w a ze kwa~ Str khethwa indoda uMs*. Baumont ukuba kube iyo emisa imihlaba okufanele sivunyelwe ukuyithenga.. Umbiko ka Ejaumont wafike wachithwa iPalamende^ abelungu bengavumi ukwehlukana nemihlaba yabo. Ngemva kwaloko kwakhethwa abanye abelungu ukuba nabo baveze leyo mihlaba. Eawo umbiko wawo wafike wachithwa iPalamende, abelungu ^asusa esikhulu $sidumo somsindo bethi uHulumeni ufuna ukuthatha imihlaba yabo ayinike abantu. Ake usho ke wena onethemba lokuthi uzouthola lomhlaba ozokhululwa, ukuthi uHulumeni uzoythathaphi namhla umhlaba azounika thina? Sebafa yini abelungu n ^fo ftfH abala nemihlaba yabo? Abanjani laba abazovuma ukwehlukana nemihlaba yabo ukuze indlu emnyama ibe nckuda.tyulelwa/ Bengitni uthi iPalamende selinquiidie ukutni sizothola amamokolo ayizigidi ezi^nkhothi? Ucabanga ukuthi iPalamende ingen^a umtnetno kanti izowepnula yona ngokwayo na? Uphi umhlaba okwathiwa sodatyulelwa wona ngo 1913? Angithi amadolobha. agcwele abantu bakithi ngenxa yalowo rathetho owadudula abantu abanengi emapulazini ababephila ngezahlulo nangezinye izindlela? Angithi sasithenj isv/e phansi komthetho yika 1920 ukuthi iPalamende ngeke ifake umthetho omusha ingazange izwe ukuthi thina sithini ngawo? Namhla kurganii Baz'enzela rye, abanaki nokuthi ukhona ci* lowomthetho ab^wenzayo bona. Kungabe kuveleni entya namhla engase ibenze abelungu bagcine izwi labo na? Likhulu lelo. UkuDona kan re ukuboria. kaDili. Pho,yini ukuba sing-lindi sibone ukutni umhlaba uyavela noba av/uveli na? Ungikhumbuza inkulumo enye yabelungu ethi/ kusizani ukuvala isitebele ihashi selebiwe.^Uthi wena kuhle sihlale kuthi uraa isif\ sesisijsindezele kube ikhona sijubalazayo.1 An ^ik^zwa neze lapho. Futhi ngabe k u ^ o n o ukuba ikho loko kodwa. Okunye yini futhi? Kuthiwa kulomthetho wamazwe os ewenziwe,bonke abantu aba~ khonze imapulazini,bengesizo izisebenzi, kuhle basuke bonke. Banikwa iminyaka eyishumi yokuba basuke uma abelungu bamapulazi bengavumi ukuba thathela ilayisense ka * 5 ngonyaka. Lemali yelayisense iaala ngo 10/- ngonyaka iye ikhula njalo ize ifike ku 15. Ilayisense le eyani? Yenzelwa ukuba kungabikho mlungu o^cina izikhonzi epulazini lakhe. U-Hulumeni uyazi ukuba akakho umlungu ozoyikhipha leyc mali noba sekunjani. Kofuneka akukhiphe epulazini. Awuboni yini ukuba isu lokuxosha abantu emapulazini? \ j^ Lajpantu uma oexosnwa emapulazini oosiwaphi njengooa ka_uti nalomhlaba okuthiwa si^odatyuieiWit wona awukho nje? Ngisho ke ngooa sonke siyazi ukuthi kulezindawo aoantu aoanazo sekugcwele. Bane.ogi aoantu aoaxig-asejixaijiiasxrau okuliwa. Sekuyiuona aoaknaia ngomhlaba kakhulu Laoa ke auaaoxosnwa ernapula^mi ba^osiwaphi? Kusobala ukuthi uHulumeni akaqondile ukuba babe nezindawo abosiwa kuzo. Uzukhumbule ukuthi abelungu abanengi bamapulazi bakhala ngokuthi baswele izisebenzi. Loko kuswela kwabo izisebenzi kwenziwa ngoba abafuni ukubaholela abantu imali uma besebenza emapulazini abo, A noma bebaholela abafuni ukuba nika imali engase ibaphilise abantu. Ukuze bazithole izisebenzi ezingasoze zifune imali enkulu ngomsebenzi wazo, ubone uHulumeni ukuthi kuhle abantu b a x h o ^ e l w e kulezindawo ezikhona ukuze bangakutholi ukulima nokuziphilisa khona kothi sebe dudulwa indlala naukuswela nokuntula baye kuzifaka emapulazini abelungu sebengasaboni sebengasenawo namandla okukhuluma ngeholo uma umlungu engavuma ukuba nika ukudla nendawo yokuhlala. Isu elokuba abantu badingiswe khona bovuma ukusebenzela abelungu bamapulazi bengaholi lutho. Ukuthi ke akusaf'uneki nokuua sifuye impahla? Ukhulumani wenai Lomthetho uthi uma unezinkabi umlungu wepulazi wobanako ukuzisebenzisa, alime ngazo enze akuthandayo ngazo. Okusobala ukuthi nobisi lwezinkomo zakho uranini pulazi usenekuluthatha ondle izingane zakhe ngalo. Umthetho awusho ukuthi umnini pulazi wobanako ukuziqasha izinkabi zakho. Uthi uzoba nelungelo lokuzi sebenzisa. Ake usho, lomthetho uthi umuntu osebenza epulazini woholani ngomsebenzi wakne? Awukhulumi lutho ngeholo. Kodwa unika umnini pulazi ukuba abe nemizi emihlanu yabantu. Isivumelwano sokusebenza epulazini senzi wa indoda kanti sibopha nabantwana bayo. Loku kusho ukuthi indoda izosebenza epulazini kanye nomfazi nabantwana bayo. Uma indoda inesithembu, izele abantwana abanengi, bonke labo bantwana koba izimbamgodi nezigqili zalomnini pulazi kanye namakhosikazi ayo. Pho leyomizi kuxhiwa yophila kaigani? U-Hulumeni akanandaba nokuphila kwayo. Ilowo mlungu wozibonela angayondla ngako njengoba nezinja uyazifuya kube uwe obona ind-lela yokuzondla. Mhlaumbe bolinyelwa isivande. Ukuthi impela sizoba izigqili ukusuka maiye. Ngiuona ukutni okuncono ukuba sifane sitnutne emapulazini size emadolouneni ugoua khona noma singautuoli uinsebeuzi abafazi b&sexioku sii^ utywala ba~ tnengise. We mamel Uyadlala umuntu okhuluma ngabelungu ! Sebeyali- vala lelo sango, ntanga. Akusekho muntu ozovunyelwa ukuba eze edolobheni ngaphandle kwalabo ababizwa ngabe lungu babo. Ingani nalabo abasemadolobheni abangasebenzi phansi kwabelun.gu bazokhishelwa nga phandle. Usho ukuthini uma usho iijaioY Ngisho loku. Kulomnyaka odlule uHulumeni ubekhethe amadoda amabili ukuba ahlole isu elingenziwa lokuvimbela abantu ukuba bangabe beseza emadolobheni, nesu abangakhishwa ngalo labo abasemadolooheni bengasebenzi phansi komlungu. Lawo madoda aseuqedile umsebenzi wawo, marge uHulumeni usezimisele ukuthi kule Palamende ezayo ekhiphe. uirr thetho wokuvimbela abantu ukuba bangezi emadolobheni nokuxosha labo abangadingeki khona. Uma lowo mthetho ungaphumelela akusekho muntu oyosala lapha edolobheni neze. Kungenzeka kanjani uKuba abantu jaknisnv.e emadolobneni, imisebenzi yabelungu ingema kanjani oengekho abantu na? Wake wayizwa into ebizwa ngokuthi i"White Labour Policy"? Ake ngikulandise kancane. Isu lika Hulumeni elokuba amadolobha kube izindawo lakuhlala khona abelungu kuphela nalapho kosebenza abelungu kuphela. Angithi uyabona ukuthi imigwaqo isimbiwa abelungu, nezinqola zase Leliwe sezishayelwa abelungu? Iqiniso elokuthi yonke imisebenzi ekhona emadolobheni izosetyenzwa abelungu. Engani sebeqalile ukubanga umsindo ngabantu abasebenza emakhishini okubonakala ukuthi nakhona kufuneka abelungu. Uzobona ke ukuthi nalaba okuthiwa oazosala bazobamba nje ngesikhathi kusafundiswa abelungu imisebenzi ebeyenziwa abantu. Ocabanga ukuthi yena wosala ngoba bayezwana nomlungu w a k h e , ubambe iphutha ngikutyele, ntanga. Lend&ba ukuoa ngiyizwa kanle ingiDonisa ukutni lomhlaba okuthiwa sizodatyulelvva wona, uma woze ubekhona, udaka nje esibhencwa ngalo emehlweni. Kusobala ukuthi sonke sizoxhooelana kulezinoawo, khona kot,ni ngokunt-ula. siph ena.uk e iziinoa~mgodi sonke. Abelungu babo~ nile ukuthi induku okuiuneka basishaye ngayo indlala noicuswela ukuze oasixnole lula. Impela-ke. Wena njengomuntu walapha eGoli uyazazi izimba~ mgodi zabafazi abathengisa ngotywala. .Ngivama ukuKuzwd I oko ukuthi Kuknona omcidocici a y l ^ i u j u a - m y o a i z^oai&zi, Kodwa ngingazi ukuthi aoantu auaigani. M e ungityeie. Lapha eGoli uma ungathi kumnumzane uyisimba-mgodi ungabe umethuke ngentlamba eyeqa ikhanda. Isimba-mgodi umuntu uyisiyathanga nje engingathi umuntu osefile ngoba engasenayo ingqondo, ongqondo eseyabulawa utywala, waphelelwa ubuntu bonke, ophila ngokuba athole indawo yokulala nokudla kanye notywala. Okuthi uma inkosikazi leyo ibanjwa ngotywala kube uye oya ejele ukuyosebenza uma inhlaulo ingekho. Kuthi rahla ebuyayo, inkosikazi imthengele igabha lotywala bese ubiza izihlobo zakhe ngoba phela engimnumzana lelo langa. Angitni i uyabona ukuthi umuntu onjalo ungaphogu-Ln kwesigqili? Yebo, ngiyezwa. F u t m nee ngiDaeKile rye Kusouala impeia ukutni aDelunju abasenzi uaiitu n e z e . Serjgiyctiibona. eiakno elitni, lata, elinle kakhulu. Weuj krai abantu bakitlii ooza oakubone yini ioku esikuDonayo thina? Kodwa umuntu oneg^ondo angake azibuze ukuthi kociwa kwakumkhuba muni ukuba thina zinkulelwana. zalelizwe kui'uneke uma sihamba besithwele amapaasi, sitneiiswa kodwa leyomali singayazi ukuthi isiseoenzelani, kungafuneki ukuba. sihambe ngezikhathi ezithile singenazo isipeshele, kuthi urna sifuna ukuyosebenza ezimoyini kufuneke sithathe izibhalo. Sekufika i z m t o ezinengi kimi marge engibona kahle impela ukuthi lendaba esiyixox^yo ingamaqiniso. zonke ic^into zingibonisa ukuthi kade lomgibe wabekvva. Ubulima obethu ukuba singavfllboni sonke lesikhathi. Nalo wokugcina angiknolwa aoairLu o a k i t m ooz-e uauoone njengoua siwubona ttima. Ngiyajabula uma nawe namhla uvuleke amehlo. Besiyizimpumputhe sonke lesikhathi. Namhla kukhanya ngokunye. Kazi impela kobakhanyela yini a b a n y e . Inqaba eyedlula zonke ukuba thina ndlu emnyana sibanengi kabi kunabelungu. Kubalwa amakhanda amahlanu abantu phezu komlurgu oyedwa. Kodwa noko lamakhanda amahlanu ehlulwa ikhanda elilodwa. Uma ngicabanga ngiye ngimangale ukuthi ngabe kwenziwa yini ukuba sife sonke ngalendlela, kungabe kusaba khona noyedwa ongasihola lesizwe sakithi sikubone ukukhanya. Mina ngitaona ukuthi mhlaumbe isizwe iesi sakitni sioulawa isu uHulumeni aienza iokuba aseiuuke amaKhosi ezwe laxitni okusekuyiwo marye amap'noyisa akwaHulumeni. Ukuba amaknosi oeku ngauantu auaknonza isizwe mhlauiiibe bekoba ncono. Angikholwa mina ukuthi isono ileso. Amakhosi abantu nawo. Abengeke asilahle isizwe uma besihlangene. Isiphosiso singaba nje eqinisweni lokuthi wona ngokwawo awanayo inhlangano yokuzilungisa lezinto. Kulapho uHulumeni awaphakula khona. Ngibona ukuthi sibulawa abaholi laba esinabc abanengi kangaka, abangasafuni nckukhelana amanzi. Uma bekungenzeka isu lokuba thina bantu siyeke ukulandela abaholi laba, kodwa sizifundise ukulandela amaqiniso odaba, sikholwe kuloko esihlangana ngako, singakholwa kubaholi, nasezinhlanganisweni ngap handle kwalezo esikuzo, mhlaumbe kolunga. Ngiyavumelana aawe ngendaba yabaholi kodwa^ngivumeiani nawe uraa uthi kuhie sikholwe ilemihlangano esiKuyo, ngoba uma kunjalo koiuneka sice abantu abangacabangi lutho. Uma ubuthi kuhie siiandele amaqiniso aloiso okunokasihlaogaaisa mina bengizozwan*, nawe, ngesizathu eokuba kusenokwenzeka uKuba sehlukane ngezinhlanganiso ezibangisanayo kanti thina siyezwana odabeni oluthili. Avmboni yipi uiCu.thi i-giimo lilr.phA ukuthi kuhie singaxabani ngezinhlanganiso Kodwa sifune lapho sinokuzwana khona, kube kulapho sinok'Jaambana ngezandla.M-a-^? Uqinisile. Izinhlangano ezinengi azisizi lutho, kodwa kusenokwenzeka ukuba inhlangano esikuyo ingaliboni iqiniso lenye inhlangano kanti ilona elopijiilisa izwe lonke. Ngaloko ke sinokulahleka uma sikholwa izinhlangano. Liina ngibona ukuthi kuhie sifune iqiniso siiandele Iona kuphela uma linokusisindisa isizwe sakithi. Kuzwake. ike ufunde ngaraasonto. Ucabanga ukuthi abantu laba basakholwa ulikulunkulu? wgeke. i%enxa yamasonto .abakholwa ikho itakhulu igama lesonto lelo abakulo nakumlundisi lowo walo. U-Nkulunkulu abasenandaba naye Kangako. iioakufunayo ukuba balfndele abaiundisi noma sebephosisa kangaka nani. %iyadabuka ngoba abantu bakithi abakasifundi kuka isiNgisi. Bengothi kuhie bafunde indaba yokuphuma/i*Martin Luther e tfoma ukuba baqonde ubulima bokulandela abaholi kuneqiniso. Isizwe sakithi sifuna iqiniso ngaphezu kwabaholi, siliqonde kahle ukuze sibe nako uKuhlangana ngempela. Iqiniso okufuneka abantu bakithi balilandele baliqonde ukuth -i ngalemithetho esenzelv/a yona abelungu bafuna ukusenza izigqili zabo nokuba thina singalitholi nelilodwa ilungelo kulelizwe lakithi. Njengo ba abadala bakubona kusekude baze basifundisa ukuthi isilo sehlulwa ukuhlanganyelwa, kufike isikhathi sokuba silahle konke ukuphikisana sibophane ngantambo-nye sonke. Ukuba abaholi bakithi bebekwazi ukwenza bebokhipha abantu bokushumayela phakathi kwethu basibonise lezizinto. iingisho ukuthi bahambe bemema imihlangano ngoba loko ^kwenzi ukuba abantu baqonde kahle, ngisho ukuthi bangene emakhaya ethu basishumayezf kahle benze silithole sonke leliqiniso siyibone sonke lengozi. AngikhoIwa mina ukuthi abantu bakithi baseyiziphukuphuku kangako ukuba bangaba nesibindi sokuhlala nje uma belazi iqiniso. Kambe amandla eqiniso angangamandla oMoya ka Nkulunkulu kumuntu eselimungenile. Nanto izwi elikhulu engilibonayo mina. i-boJvILI » Ake usho. Ngafce lisa lini ngempela abangasenza izigqili zabo ngalo? Ukaze azwe kahie kuhle ngikulandise ngenuaba eke yathethwa inkantolo yase Ladysmith (knambithi) ngapha ngase Natali. Cmunye U/TH- umnzumane khona ubehlala epulazini lomlungu okwathi ngemva kwesikathi lowomlungu walithengisa komunye. Lo owathenga lelo pulazi kuthiwa uKeid onenkoeikazi ekhuluma isiZulu kahie. Uthe nee uKeid efika khona washaya owakhe umthetho wokathi kuhle abantu abasepulazini lakhe bakhonze ngokuvumela abant?/ana babo bazosebenza kuye. Nembala ke lo mnumzane wakithi kanye nabanye bakuvuma loko. Kuthe kunjalo lomlungu wafuna ukuba abanye abantwana bakhe ababili, intombazana nomfana, bona bazosebenza ethembisa ukuthi wobaholela u5/- ngenyanga emunye, ngoba phela ubesebakhiphile abanye akhonza ngabo. Basebenza labantwana kwaze kwaphela izinyanga umlungu eloko ethembisa ukuthi uzubaholela. Kuthe sebexabene, lomnumzane watmiangalela umlungu efuna imali yeholo labantwana bakhe. Kuthe nee kuthethwa icala umlungu wathi yena akabaholeli abantu abahlala epulazini lakhe kodwa uxuna ukuba bamsebenzele njalo, abanezinkomo bavurne azisebenzise. Ongafuni ukukwenza loko kuhle aphurne epulazini lakhe kanye nomuzi wakhe wonke. .Vakukhanyisa kahie umlungu ukuthi abantu abakhonze epulazini lakhe abaholi lutho kodwa bathola izivande ukuba balime kuzo ukuze bathole ukudla, kuthi urna bengakutholanga abanike ukudla uma bezokukusebenzela ngezikhathi ezithi -le, Kuzwaka^ukuthi imantyi yaze yathi iyamangala, futhi iyaqala ukuzwa ukuthi kanti abantu la emapulazini basebenza bengaholi. Mina ke ngiyakwazi ukuthi iyona ndlela abantu abanengi abasebenza ngayo emapulazini. Bheka-ke ukuthi lezinto zenzeka aamhla abantu abanengi besenako ukuza emadolobheni ukuzosebenza nokuzohlala. lima sebevalelwe njengoba usho lomthetho omusha ozokwenziwa, uma nabantu emapulazini sebexoshiwe, sonke sesixhobelene kulezindawo okuthiwa asiye kuzo, ngiyesaba songathi indlela yethu yempilo izobambi ngaphezulu. Ake sibuyele kuleli lakho loivuthi abantu bazoxoshwa ema dolobheni. Kambe ubona ukuthi abelungu bangavuma ukwehlukana nathi sibasebenzela kangaka ngemali encane kangaka? Angithi izisebenzi zabelungu zizoiuna imali engaphezulu kulena esiyiholayo thina na? Engikubonayo mina iloku. Kuzothi kungaphuma umthetho osixo- sha emadolobheni, kuzovela abelungu abanengi abazosuswa idumela lokuthi fir umsebenzi uvulekile ema^Lobheni, abantu abasekho, Nee sebefikile la edolobheni bafica kusekhona abantu abangekaxoshwa, bese kwenzeka okwenzeka kulonyaka odlule, mhla uliulumeni alikhipha ngokusobala lokuthi kuhle abelungu bakhiphe abantu emsebenzini kungene abelungu. Loko kobe sekuwumthetho abaninimisebenzi abomelwa ukuwuhlonipha noma bengathandi. Phela izwi labo elikhuluilithi amaaolobha izindawo zabelungu njengoba besengikutyelile. Mhla abantu bephumayo emadolobheni abelungu bosebenzela leyo mali ebiholwa yithi. Okwaraanje, ngenxa yethu uHulumeni uohithekelwa irnali enengi ngalabelungu asebethethe imisebenzi ebeyenziwa yithi thina bantu. r OL Usho uKuthi^uma usho njalo? Ha,be, kanti awazi yini ukuthi kwathi nee uHulumeni ethi kuhle imisebenzi yonke yenziwe abelungu, benqaba abakwa Mansipala nabanye abelungu, bethi ngeke babe nayo imali yokuholela abelungu ngomsebenzi wabantu. Kwaseku vunyelwana ukuthi kuhle babaholele leyomali ebiholwa abantu, uHulumeni yena uzokhipha enye ukugcwalisa. Loku ukuthi, bekuthi uma abantu bebehola o 0/ 66. ngelanga kufuneke oMansipala bakhiphe yena u 3/6d bese uHulumeni ekhipha oraunye u 3/6d ngelanga ukuze abelungu bahole 7%- ngelanga. Uma singahamba, nabo abelungu abayizisebenzi ngeke bace besahlupha, bohola leyo mali nathi ebesiyihola, njengoba kunjalo eNgilandi nakwamanye amazwe la kukhona abelungu kuphela. Uzobona ke ukuthi kumfanele uHulumeni ukuba alwele ukukhishwa kwabantu emalobheni A khona kuzoncipha izindleko kusinde nalemali ayichitha ngokusetyenziswa kwabelungu abemba imigwaqo nabashayela izinqola zempahla ephuma ezitimeleni. kwakhanya ke manje nakimi. Kodwa kuseichona okungihlupnayo kancane. Uma Kanti kuzokhuthaswa abelungu abaseuaapulazini UKuba Kube ibona abezo sebenza emadolobheni, kolima obani kanti? Awuboni yini ukuthi ilonasu elikhulu lokuveza izigqili zoKusebenza aSapulazi uma kuxoshwa abantu emadolobheni nasemapulazini ukuze kusale labo emapulazim a^oya ngoba sebengasazi abanokukwenza). Okunye futhi ongamelwe ukukukhohlwa iloku kokuthi kuyafuneka ngamanala ukuba izindleko zabelungu bamapulazi zinciphe kakhulu ukuze babenako ukuthengisa ngeziiimo zabo ngemali ephansi kanti leyomali ingenisa inzuzo. ^ke ngikukhanyisele ngendaba yokuthergiswa kombila. Kuleminyaka edlule lelizwe lakithi belinombila omnengi. Kwafuneka ukuba uthunyelwe pesheya ukuyothengiswa khons Imali ebekufuneka uyithole phesheya yasuke yancane kabi ngenxa ngoba kukhona amanye amazwe athumela umbhila khona ngemali ephansi kabi. Ukuze abalimi balapha babenokuthola inzuzo entle uHulumeni wanquma ukuthi yongezelelwe leyomali ukuze umbhila wabo uthole banzana. Lokhu kusho ukuthi uHulumeni uzolahlekelwa imali enengi uma ezo khipha imali yokusiza amanani ombhila wabalimi balapha. Kodwa uma abalimi bengathola izisebenzi ezingezi kuhola lutho, kokwenza ukuba abalimi bathole umbhi la omnengi bengangenanga ezindlekweni, ukuze babe nakho ukuthengisa ngamanani aphansi kanti ayababuyisela kakhulu. Uma engaphumelela uHu lumeni ukuba thina sidudulwe siyosebenza amapulazi singaholi lutho, lemali ayikhipha ukusiza abalimi ukuba umbhila wabo ubuyise inzuzo enkulu ingeke idingeke. Senziwa iladi lokukhwela abalimi abamhlophe balelizwe, ezethu izingane zibe zifa indlalar namakhaza, zingenakho nokuya esikoleni. Uthi kodwa soze siphume kuloludaka? Kukithi ukuphuma nokubisha kulona uma siyavuma. Mina kungikhanyela kahle nje ukuthi uma sonke singayibona lengozi sizimisele ukuthi ngeke singene k u y o r akukho mandla phansi kwelanga angasenza ukuba singene kuyo. Inkululeko nenhlala-kahle akuzange kutholakale umuntu akuthole kuthwelwe ngembenge kungeyona inyama. Inkululeko nenhlala-kahle kunje ngendlela eya ezulwini, athi uJesu inamatshe inameva. Ukuze sikuthole koba khona phakathi kwethu abolahlekelwa impilo yabo, abanye baye ejele. Umhlangano iwona onika isibindi nomdlandla. Futhi uHulumeni ngeke abenalo ijele ilingangena wonke umuntu omnyama walelizwe uma sonke sesihlangene sazimisela ukuthi sekuncono kona ukufa nejele kunalempilo esifakwa kuyo ngenkani. Ngike ngezwa ngathi ukuthi sizomiselwa ibandla lethu okuyilona elokhulumisana noHulumeni ngathi, lise nezikhalo zethu kuye. Futhi ngizwa ukuthi kukhona abantu abalithandayo lelibandla. Baboneni kulona? Yebo, usuphumile umthetho osibhenca ngodaka emehlv/eni kube songathi sesinalo izwi nathi emikhandlv;ini kaHulumeni. Argikholvva ukuthi angakhona umuntu ofundisiwe nocaban^ayo ongathi lento esinikwa yona isibeka ebangeni labantu abanezwi ezindabeni zakwaHulumeni. Ake ngikhanyise kanje: Lomthetho ingqondo yawo ukuchitha nokubulala iluiigelo abantu baseKoloni abebenalo iminyaka eminingi lokuba kuthi uma kukhethwa amalungu a Palamende nabo bayifake eyabo inkatho. Manje akusafuneni loko. Sokuthiwa bazomiselwa elabo ibhuku la amagama abo azo lotshwa khona labo abanelungelo, okothi nxashana sekukhethwa bona bazikhethele ababo abathathu ukjtya ePalamende^ ababili ukuya endlini yeziGele, ababili ukuya kuPalamende yesiGodi sa.se Koloni. Bese futhi benikwa ilungelo lokukhetha abantu abamnyama ukuba bona babe amalungu alo leliBandla lase Pitoli, kube abantu abathathu, omunye wabo amele amadolobha, kanti owesine yena wokhethwa uHulumeni. Abase Transvaal ne Free State bayahlanganiswa ukuba bakhethe ilungu libe linye leziGele nabantu abathathu bebandla lomkhandlu ePitoli,omunye wabo amele amadolobha, bese uHulumeni ekhetha owesine. Fase Natal kubenjalo nje. Lendlela eyenziwayo akubonakalisi ukuthi ingenza ukuba izwi lomuntu omnyama lizwakale. Pho kanti kuzo khethelwani? Banengi abantu abanalowo mqondo. Nami uqobo lwami kwangifikela lokho, kodwa ngabuye ngabona ukuthi kufanele sibakhethe labakhulumeli abamhlophe nabamnyama, khona loku esikusolayo bokubeka obala nezwe likwazi. Futhi umoya wami unginika ukuthi uma singakhetha ngokuhlafeanipha nangobunono obukhulu, sathola amadoda aqotho nathanda isizwe, ikona okungasheshe kwenze sihlangane sibe muntu munye, ngoba phela sobe sesinabaholi abakhethwe ithina ngokubethemba okufanele nakanjani sibalandele sibakhuthaze sibaphase ukuze izwi abalikhulumayo libenesithunzi nakwabezizwe. Sinje nje nje ngoba sinabaholi abangangotshani okukhona phakathi kwabo uvuka-baibambe kungaziwa nala bevela khona. Sengathi kimi lelisu likaHulumeni, noma eyena abengakuqondile lokho, lizosenza abantu nathi uma sikwazi ukulisebenzisa ngemfanele. Bfwenzeke kahle, ntanga, sibonane. Bengokuzwa nini konke loku. Ngifisa gengathi kungathi mdla ninomhlangano ungitshele nami kengozizwela. Slnkulu lezindaba, "angazi ukuba umuntu angenza kanjani ukuzimemeza umuntu azizwe noma ekude. Sobuye sibonane, Qandalingophi, mfowethu, Mikhulu imizamo eyenziwa ilabantu enijwayele ukubethuka nokuba sabangela okubi, beyenzela nina nesizwe sonke. Sengathi nawe ungathi ekuhambeni kwakho phakathi kwezwe ukhulume nabantu bakithi, ubahlabele lomkhosi. Inkulu lempi esiphezu kwayo. Ifuna ukuhlanganyelwa umuntu wonke ozibiza ngokuthi uyindoda. Sala kahle. A a 7k Collection Number: AD843 XUMA, A.B., Papers PUBLISHER: Publisher:- Historical Papers Research Archive Location:- Johannesburg ©2013 LEGAL NOTICES: Copyright Notice: All materials on the Historical Papers website are protected by South African copyright law and may not be reproduced, distributed, transmitted, displayed, or otherwise published in any format, without the prior written permission of the copyright owner. Disclaimer and Terms of Use: Provided that you maintain all copyright and other notices contained therein, you may download material (one machine readable copy and one print copy per page) for your personal and/or educational non-commercial use only. People using these records relating to the archives of Historical Papers, The Library, University of the Witwatersrand, Johannesburg, are reminded that such records sometimes contain material which is uncorroborated, inaccurate, distorted or untrue. While these digital records are true facsimiles of paper documents and the information contained herein is obtained from sources believed to be accurate and reliable, Historical Papers, University of the Witwatersrand has not independently verified their content. Consequently, the University is not responsible for any errors or omissions and excludes any and all liability for any errors in or omissions from the information on the website or any related information on third party websites accessible from this website. This document is part of the archive of the South African Institute of Race Relations, held at the Historical Papers Research Archive at the University of the Witwatersrand, Johannesburg, South Africa.
Documentos relacionados
UNG ITHAND A NEZICIZAMI!
EKHETHEKILE UKHANYI USILUMA INDLEBE NGOBUDLELWANO BAKHE NOTEBOGO LEROLE FUTHI UTHI ABALUTHINTI UCANSI
Leia maislink
olomile (dry sex) ngoba lokhu kungabanga ukusikeka nokopha okwenza ukuthi ivayirasi ikwazi ukungena esikhunjeni sakho kalula.
Leia maisDressing - Dementia SA
lunikezwe ngobuhlakani nangozwela ukuze akwazi ukuqhubeka ezikhethela yena uma nje esakwazi. Kubalulekile ukuzinika isikhathi esiningi uma kudingeka usize umuntu ukuba agqoke ukuze nobabili ningazi...
Leia maisCopyright, Voice Of God Recordings
ukuthi kuyiQiniso, ngicabanga ukuthi sekuyihora manje, kuzoba yisikhathi esihle, ukusondela kuye e^naphakathi kwenu malungu nezinto lapha zebandla, ukuthi nizozithatha lezizinqubo-mgomo futhi nizik...
Leia maisZUL57-0915E AmaHebheru, Isahluko sesiKhombisa #1 VGR
obaba nomama kulelizwe lamanje. Ngiyoninika abangani nohambisana nabo. Futhi angisoze nganiyeka, aNgiyikunishiya. Noma izwe likufulathela, Ngiyohamba nani, kuze kube sekupheleni kwendlela.”
Leia maisGod`s Simple Plan of Salvation taken from I NgokukaJohane
Kwabase Roma 10:9-10,13 Ngokuba uma uvuma ngomlomo wakho ukuthi uJesu uyiNkosi, ukholwa enhliziyweni yakho ukuthi uNkulunkulu wamvusa kwabafileyo, uyakusindiswa; ngokuba umuntu ukholwa ngenhliziyo ...
Leia mais